imbila in english

What is imbila? imbila is a Hyraxes or dassies or coney, it is small animal that lives mainly rocks and sometimes on trees, it lives by eating tree leaves and branches. There found found in main parts of south africa where there are rocks. They normal hide on rocks for predators. Imbila yaswela umsila ngokuyalezela IN English means The Hyraxes is without a tail because he commissioned another to bring it for him , let us break this down = imbila dassie, yaswela not having something, umsila means tail, ukuyalezela means sending a message asking for help. The motive of this izaga means that you must learn to do thing yourself.

Imbila yaswela umsila ngokuyalezela incazelo, lokhu kuthathelwe intsomi , noma insumansumane or inganekwane, lapho izilwane zazimenyiwe ukuzolanda imisila yazo, imbila yona kayiyanga kodwa yayilokhu icela izilwane ezidlula ngendlela ukuthi ziyiphathele umsila. Imisila yaphela ke, kushuthi imbila yasala kanjalo ingenawo umsilo. Enye inganeko ecishe ifana nelena ithi imbila yacela inkawu ukuthi iyiphathele umsila, kodwa inkawu yathatha umsila wembila yawuhlanganisa nowayo, ingakho inkawu inomsila omude imbila ingenawo umsila. Lenganekwane yembila nomsila ikhona kuma zulu and kuma xhosa anayo futhi lenganekwane.

Uzobona izimbila zithutha ziholwa emhlophe phambili, what does this means? Ukuhlangana nezimbila zithutha ziholwa emhlophe phambili kusho ukuthi uzohlangana nezinkinga phambili. Lokhu kuyaye kushiwo njengesixwayiso. imbila zithutha meaning means there is a danger ahead, this serves as a warning